LYRIC

Baba ngibong' umusa wakho
Nothando olwakho lujulile
Wabon' usizi kimi
Wathumel' indodana yakh' ezelwe yodwa
Wabon' usizi kimi
Wathumel' indodana yakh' ezelwe yodwa

Ngiyabonga (Ngiyabonga jesu)
Igazi lemvana elaphalal' egolgotha (Elgolgotha)
Ngiyalithemba mina (Hayi bo linamandla)
Ngoba lakhul' umoya wami (Ngiyabonga jehova)
Ngiyabonga (Ngiyabonga jesu)
Igazi lemvana elaphalal' egolgotha (Elgolgotha)
Ngiyalithemba mina (Hayi bo linamandla)
Ngoba laphilis' umoya wami (Ngiyabonga jehova)

Baba ngibong' umusa wakho
Nothando olwakho lujulile
Wabon' usizi kimi
Wathumel' indodana yakh' ezelwe yodwa
Wabon' usizi kimi
Wathumel' indodana yakh' ezelwe yodwa

Baba ngiyabonga ngomusawakho ongenzele wona
Lachithw' igazi, zahlanzw' izono
Ngikhululiwe

Ngiyabonga (Ngiyabonga jesu)
Igazi lemvana elaphalal' egolgotha (Elgolgotha)
Ngiyalithemba mina (Hayi bo linamandla)
Ngoba lakhul' umoya wami (Ngiyabonga jehova)
Ngiyabonga (Ngiyabonga jesu)
Igazi lemvana elaphalal' egolgotha (Elgolgotha)
Ngiyalithemba mina (Hayi bo linamandla)
Ngoba laphilis' umoya wami (Ngiyabonga jehova)

Added by

Admin

SHARE

Your email address will not be published. Required fields are marked *

ADVERTISEMENT